10. Lokhu kuyakuba sesikhundleni sokuziphakamisa kwabo,ngokuba bathukile,bazikhulisela abantu bakaJehova Sebawoti.
11. UJehova uyakwesabeka phezu kwabo,ngokuba uyakuzacisa bonke onkulunkulu bomhlaba,bakhuleke kuye,kube yilowo nalowo endaweni yakhe,zonke iziqhingi zezizwe.
12. “Nani maKusheniyakubulawa ngenkemba yami.”
13. Uyakwelulela isandla sakhe ngasenyakatho,achithe i-Asiriya,alenze iNineve libe yincithakalo,lome njengehlane.
14. Imihlambi iyakubuthisa phakathi kwalo,zonke izilwane zesizwe,ivuba nonondwebu kuhlale ebusuku ezihlokweni zezinsika zalo,isikhova sikhale emafasiteleni,kube khona incithakalo emigulugulwini,ngokuba wambulile okwemisedari.*