Unumeri 25:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. U-Israyeli wahlala eShithimi; abantu baqala ukuphinga namadodakazi akwaMowabi,

2. ngokuba babiza abantu ukuba beze emihlatshelweni yawonkulunkulu babo; abantu badla, bakhothamela onkulunkulu babo.

Unumeri 25