Unumeri 21:5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? Ngokuba akukho sinkwa, akukho manzi; umphefumulo wethu uyanengwa yilesi sinkwa esilulana.”

Unumeri 21

Unumeri 21:1-8