Unumeri 16:48-50 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

48. Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; isifo sanqamuka.

49. Abafile ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa ngaphandle kwalabo abafa ngendaba kaKora.

50. U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyango wetende lokuhlangana; isifo sanqamuka.

Unumeri 16