Unehemiya 10:21-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. noMeshezabeli, noSadoki, noJaduwa,

22. noPhelathiya, noHanani, no-Anaya,

23. noHosheya, noHananiya, noHashubi,

24. noHaloheshi, noPhiliha, noShobeki,

25. noRehumi, noHashabina, noMahaseya,

26. no-Ahiya, noHanani, no-Anani,

27. noMaluki, noHarimi, noBahana.

28. Abantu abaseleyo, abapristi, namaLevi, nabalindisango, nabahlabeleli, namaNethini,* nabo bonke ababezahlukanisile nabantu bezwe ukuba bazihlanganise nomthetho kaNkulunkulu, nawomkabo, namadodana abo, namadodakazi abo, bonke ababe nolwazi nokuhlakanipha,

29. babambelela kubafowabo, abakhulu babo, benza isithembiso nesifungo sokuba bahambe emthethweni kaNkulunkulu owanikwa ngesandla sikaMose inceku kaNkulunkulu, bagcine, benze yonke imiyalo kaJehova iNkosi yethu, nezahlulelo zakhe, nezimiso zakhe

Unehemiya 10