Izintaba ziyathuthumela phambi kwakhe,amagquma ayancibilika;umhlaba uyaphakama ebusweni bakhe,yebo, nakho konke okuhlala kuwo.