Ulevitikusi 8:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJehova wakhuluma kuMose, wathi:

2. “Thabatha u-Aroni namadodana akhe kanye naye, nezambatho, namafutha okugcoba, nenkunzi yomnikelo wesono, nezinqama zombili, neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,

3. ubuthele inhlangano yonke ngasemnyango wetende lokuhlangana.”

Ulevitikusi 8