Ulevitikusi 25:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJehova wakhuluma kuMose entabeni yaseSinayi, wathi:

2. “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni engininika lona, izwe liyakumgcinela uJehova isabatha.

3. Iminyaka eyisithupha uyakulima insimu yakho, iminyaka eyisithupha uyakuthena isivini sakho, ubuthe izithelo zaso,

Ulevitikusi 25