Ulevitikusi 11:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi kubo:

2. “Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi: ‘Yilokhu okuphilayo eningakudla kuzo zonke izilwane zasemhlabeni:

3. zonke ezahlukanisa inselo, nezidabula inselo kabili, nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla.

4. “ ‘Kepha lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakwezahlukanisa inselo: ikamela, ngokuba liyetshisa, lingahlukanisi kodwa inselo; lingcolile kini;

Ulevitikusi 11