Ujoshuwa 19:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. neKathati, neNahalali, neShimroni, neJidala, neBetlehema, imizi iyishumi nambili nemizana yayo.

16. Lokho kwakuyifa labantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo, leyo mizi kanye nemizana yayo.

17. Inkatho yesine yadla u-Isakare, abantwana bakwa-Isakare ngemindeni yabo.

Ujoshuwa 19