Ujoshuwa 18:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo, yamisa khona itende lokuhlangana; izwe lanqotshwa phambi kwabo.

2. Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakabelwa ifa lazo.

Ujoshuwa 18