7. Ukuqala kwakho sekuyakuba ngokuncane,nokugcina kwakho kube ngokukhulu kakhulu.
8. Ake ubuze ezizukulwaneni zakuqala,uzibhekise lokho abakuphenyileyo oyise bazo,
9. ngokuba thina singabezolo nje, asinalwazi,lokhu imihla yethu emhlabeni iyithunzi;
10. bona abayikukufundisa yini, bakutshele,bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo, na?
11. Umhlanga ungahluma lapho kungekho xhaphozi na?Incema ingamila kungekho manzi na?
12. Uma iseluhlaza, ingakakhiwa,iyabuna phambi kwabo bonke utshani.