Ujobe 8:18-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. Uma echithwa endaweni yakhe,iyakumala ngokuthi:‘Angizange ngikubone.’

19. Bheka, injalo indlela yokuthokoza kwakhe;kuyakuvela abanye othulini.

20. “UNkulunkulu akamlahli opheleleyo,kabambi isandla sababi,

21. aze agcwalise umlomo wakho ngokuhleka,nezindebe zakho ngokumemeza.

22. Abakuzondayo bayakwembeswa amahloni;itende lababi aliyobe lisabakho.”

Ujobe 8