15. Uyakwencika endlini yakhe,kepha ayiyikuma;uyakubambelela kuyo,kepha ayiyikuqina.
16. Yena uluhlaza phambi kwelanga;imixhantela yakhe iyaxhantela ensimini yakhe.
17. Izimpande zakhe ziyathandela enqwabeni yamatshe,aqhekeze indawo yamatshe.
18. Uma echithwa endaweni yakhe,iyakumala ngokuthi:‘Angizange ngikubone.’
19. Bheka, injalo indlela yokuthokoza kwakhe;kuyakuvela abanye othulini.
20. “UNkulunkulu akamlahli opheleleyo,kabambi isandla sababi,