Ujobe 4:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. kakhulu kangakanani abahlezi ezindlini zodaka,abazisekelo zabo zisothulini,abachotshozwa njengenundu.

20. Bagxotshwa kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa;babhubha kuze kube phakade benganakwa muntu.

21. Intambo yetende labo ayisishulwa yini phakathi kwabo,bafe bengazelele, na?’

Ujobe 4