27. Ukhozi lwenyukela phezulu ngezwi lakho,lwakhe isidleke salo phezulu, na?
28. Luhlala esiweni, lwakha khona,eweni ledwala eliyinqaba yalo.
29. Lulapho luhlola ukudla kwalo;amehlo alo akubona kusekude.
30. Amazinyane alo amunca igazi;lapho kukhona abagwaziweyo,lukhona nalo.”