Ujobe 34:24-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. Uyaphahlaza abanamandla,kungahlolwanga,amise abanye ezikhundleni zabo.

25. Ngalokho uyazi imisebenzi yabo;uyabagumbuqela ebusuku,bachotshozwe.

26. Uyabashaya njengababiendaweni lapho bebonwa khona,

27. ngokuba bachezuka ekumlandeleni,abanakanga neyodwa yezindlela zakhe,

Ujobe 34