Ujobe 30:6-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. Bahlala ezigodini ezesabekayo,nesemihumeni yomhlaba, naseziweni.

7. Bayakhonya phakathi kwezihlahla;phansi kwezimbabazane bayabuthana,

8. bengabantwana beziwula,abantwana babangenamagama,beshaywa, bexoshwa ezweni.

9. “Manje sengihaywa yibo,yebo, sengiyisaga sabo.

Ujobe 30