Ujobe 29:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJobe wabuye waphakamisa izwi lakhe, wathi:

2. “Sengathi nganginjengasezinyangeni zakuqala,njengasemihleni uNkulunkulu angigcina ngayo,

3. lapho isibani sakhe sasikhanya phezu kwekhanda lami,ngihamba ebumnyameni ngokukhanya kwakhe,

4. yebo, njengasezinsukwini zokuvuthwa kwami,lapho ubuhlobo bukaNkulunkulu babuphezu kwetende lami;

Ujobe 29