Ujobe 27:19-23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Uyalala enothile,angakuphindi kodwa;uyavula amehlo akhe, abe engasekho.

20. Ingebhe iyamehlela njengamanzi;isivunguvungu siyamphephula ebusuku.

21. Umoya wasempumalanga uyamthatha, amuke;uyambhengula endaweni yakhe.

22. Uyacibishelwa engahawukelwa;uyabaleka nokubaleka esandleni sakhe.

23. Abantu bayakumshayela ihlombe,bamncimfele ukuba asuke endaweni yakhe.

Ujobe 27