Ujobe 26:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Wayesephendula uJobe, wathi:

2. “Usizile kanjani ongenamandla!Usindisile kanjani ingalo engenamandla?

3. Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha!Umemezile kangakanani ukuqonda!

4. Utshelwe ngubani lawo mazwi,nomoya kabani waphuma kuwe, na?

5. “Izithunzi ziyathuthumelaphansi kwamanzi kanye nabakhelwane bawo.

Ujobe 26