32. Uyayiswa ethuneni, kulindwe elibeni.
33. Amagabade asesigodini ayakuba mnandi kuye;bonke abantu bayakudonswa emva kwakhe,njengokuba bengenakubalwa nababe phambi kwakhe.
34. “Pho, ningiduduzelani ngeze,lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?”