Ujobe 18:6-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. Ukukhanya kuyakufiphala etendeni lakhe,nesibani sakhe phezu kwakhe siyakucimeka.

7. Izinyathelo zakhe ezinamandla ziyakufinyezwa;amasu akhe ayamlahla phansi.

8. Ngokuba uyaphonswa yizinyawo zakhe enetheni,uhamba phezu kweveku.

9. Isicupho siyakumbamba ngesithende;ifolo liyakumbamba.

10. Uthukuselwe inkintshela emhlabathini,nesihibe emgwaqweni.

Ujobe 18