Ujobe 18:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Akayikuba nandodana namzukulwana phakathi kwabantu bakhe;akuyikuba khona lapho egogobala khona.

20. Abasentshonalanga bayethuswa lusuku lwakhe,nabasempumalanga babanjwa ngukwesaba.

21. Impela zinjalo izindlu zaboni;injalo indawo engamazi uNkulunkulu.”

Ujobe 18