Ujobe 18:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi:

2. “Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na?Qondani, andukuba sikhulume.

3. Kungani ukuba sithiwe siyizilwane,singcolile emehlweni enu, na?

4. Wena ozidwengula olakeni lwakho,umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho,nedwala lisuswe endaweni yalo, na?

5. Yebo, nokukhanya komubi kuyakucimeka,nelangabi lomlilo wakhe aliyikukhanya.

Ujobe 18