27. “Ngikubekile ukuba ube ngumhlolinenqaba phakathi kwabantu bami,wazi, uhlole indlela yabo.
28. Bahlubukile bonke nokuhlubuka,behamba behleba;bayithusi nensimbi,bangabachithi bonke.
29. Izifutho ziyafutha,kepha emlilweni kuphuma umthofu kuphela;impela bancibilikisela ize nje,ngokuba ababi abakhishwa.
30. Bayakuthiwa isiliva elilahlwayo,ngokuba uJehova ubalahlile.”