Ujeremiya 5:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. “Yehlani nenyuke ezitaladini zaseJerusalema,nibone nazi,nicinge ezigcawini,uma ningafumana umuntu,uma kukhona owenza ukwahlulela,ofuna iqiniso;bese ngilithethelela.

2. Noma bethi: ‘Kuphila kukaJehova,’nokho bafunga amanga.”

3. Jehova, amehlo akho awaseqinisweni na?Ubashayile, kepha abadabukanga;ubaqedile, kepha balile ukwamukela ukulaywa;benza lukhuni ubuso babo kunetshe,bala ukuphenduka.

Ujeremiya 5