Ujeremiya 1:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Wayesethi uJehova kimi: “Ubone kahle, ngokuba ngiyakulilinda izwi lami ukuba ngilenze.”

13. Lase lifika kimi izwi likaJehova ngokwesibili, lithi: “Ubonani na?”Ngathi: “Ngibona ikhanzi elibilayo. Ubuso balo bungasenyakatho.”

14. Wayesethi kimi uJehova: “Okubi kuyakuqhambuka ngasenyakatho, kubehlele bonke abakhileyo bomhlaba.

15. Ngokuba bheka, ngiyakubiza yonke imindeni yemibuso yasenyakatho,” usho uJehova.“Iyakufika, yilowo nalowoubeke isihlalo sawo sobukhosiezikhaleni zamasango aseJerusalema,nakuzo zonke izingange zalo nxazonke,nakuyo yonke imizi yakwaJuda.

Ujeremiya 1