Uhoseya 13:6-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. Basutha njengamadlelo abo;basutha, nenhliziyo yabo yaphakama;ngalokho bangikhohliwe.

7. Ngase ngiba njengengonyama kubo,ngiqamekela endleleni njengengwe.

8. Ngitheleka phezu kwabo njengebhere*elaphuciwe amawundlu alo,ngidwengula ubhedu lwenhliziyo,ngibadle njengengonyamakazi,isilwane sasendle sibaqaqe.

Uhoseya 13