Uhezekeli 12:16-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. Kepha ngiyakushiya kubo abantu abayingcosana besala enkembeni, nasendlaleni, nasesifweni, ukuba balande ngazo zonke izinengiso zabo phakathi kwezizwe lapho befika khona, bazi ukuthi nginguJehova.”

17. Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

18. “Ndodana yomuntu, yidla isinkwa sakho ngokuqhaqhazela, uphuze amanzi akho ngokuthuthumela nangokwesaba,

Uhezekeli 12