Uhezekeli 11:24-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. UMoya wayesengiphakamisa, wangiyisa ngombono ngoMoya kaNkulunkulu eKalideya kubathunjwa. Wase wenyuka kimi umbono engiwubonileyo.

25. Ngase ngikhuluma kubathunjwa zonke izinto uJehova angibonisile zona.

Uhezekeli 11