Ugenesise 42:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJakobe esezwile ukuthi kukhona amabele eGibithe, uJakobe wathi emadodaneni akhe: “Nibukanelani na?”

2. Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlani, niye lapho, nisithengele khona, ukuze siphile, singafi.”

3. Base behla abafowabo bakaJosefa abayishumi, baya kuthenga amabele eGibithe.

Ugenesise 42