Ugenesise 25:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. UJokishani wazala oSheba noDedani. Amadodana kaDedani ayengama-Ashuri, namaLetushi, namaLewumi.

4. Amadodana kaMidiyani ayengo-Efa, no-Eferi, noHanoki, no-Abida, no-Elidaha. Bonke labo babengamadodana kaKetura.

5. U-Abrahama wamnika u-Isaka konke anakho.

Ugenesise 25