Ugenesise 23:2-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. USara wafela eKiriyati Araba okuyiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama wafika ukumlilela uSara nokumkhalela.

3. U-Abrahama wasuka kofileyo wakhe, wakhuluma nabantwana bakwaHeti, wathi:

4. “Ngingumfokazi nozulane phakathi kwenu; ngipheni indawo yethuna phakathi kwenu ukuba ngimmbele ofileyo wami, angabikho ebusweni bami.”

5. Abantwana bakwaHeti baphendula u-Abrahama, bathi kuye:

Ugenesise 23