Ugenesise 21:8-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Umntwana wakhula, walunyulwa; u-Abrahama wenza idili elikhulu mhla u-Isaka elunyulwa.

9. USara wabona indodana kaHagari owaseGibithe ayizalele u-Abrahama idlalisa.

10. Wathi ku-Abrahama: “Sixoshe lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yalesi sigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yami u-Isaka.”

Ugenesise 21