Ugenesise 17:25-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. U-Ishmayeli indodana yakhe wayeneminyaka eyishumi nantathu mhla esokwa enyameni yejwabu lakhe.

26. U-Abrahama nendodana yakhe u-Ishmayeli basokwa ngalusuku lunye.

27. Onke amadoda emzini wakhe ayezelwe endlini nayethengwe ngemali kowezizwe asokwa kanye naye.

Ugenesise 17