Ugenesise 13:11-13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

11. ULoti wakhetha ithafa lonke laseJordani; uLoti wasuka waya ngasempumalanga; bahlukana omunye nomunye.

12. U-Abrama wahlala ezweni laseKhanani; uLoti wahlala emizini yasethafeni, wamisa itende lakhe ngaseSodoma.

13. Kepha abantu baseSodoma babebabi, bengabonayo kakhulu phambi kukaJehova.

Ugenesise 13