Uduteronomi 31:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UMose waya ukukhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli,

2. wathi kubo: “Ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili namuhla; angisenamandla okuphuma nokungena; uJehova ushilo kimi ukuthi: ‘Awuyikuliwela leli Jordani.’

Uduteronomi 31