Uduteronomi 19:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. niyakwenza kuye njengalokho ebecabange ukwenza kumfowabo; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho.

20. Abaseleyo bayakuzwa, besabe, bangabe besabenza ububi obunjalo phakathi kwakho.

21. Iso lakho aliyikuhawukela; makube ngukuphila ngokuphila, iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo.

Uduteronomi 19