U-Obadiya 1:2-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. “Bheka, ngiyakukwenza ube mncane phakathi kwabezizwe;udeleleke kakhulu.

3. Ukuzidla kwenhliziyo yakho kukukhohlisilewena ohlezi emifantwini yamawa,ondawo yakho yokuhlala iphakeme,othi enhliziyweni yakho:Ngubani ongangehlisela phansi na?

4. Noma uphakama njengokhozi,kubekwe isidleke sakho phakathi kwezinkanyezi,ngiyakukwehlisa khona,” usho uJehova.

5. “Uma amasela efika kuwe,nabaphangi ebusuku yeka ukuchithwa kwakhobebengayikweba baze baneliswe na?Uma abavuna izithelo zomvini befika kuwe,bebengayikushiya umkhothozo na?

6. Yeka ukufunisiswa kuka-Esawu,yeka ukuphenywa kwamagugu akhe afihliweyo!

U-Obadiya 1