U-Isaya 6:11-13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

11. Ngase ngithi: “Nkosi, koze kube nini na?”Yathi:“Kuze kuchithwe imizi,kungabe kusaba khona ohlala kuyo,nezindlu zingabe zisaba namuntu,nomhlaba uchitheke ube yize,

12. uJehova aze adedisele kude abantu,nencithakalo ibe nkulu ezweni.

13. Yebo, noma kusekhona inxenye yeshumi kulo,yona iyakubuye ishiswe njengomtherebinte* ne-oki*okusiqu sakho simi lapho kugawulwa khona;inzalo engcwele iyisiqu sakho.”

U-Isaya 6