U-Isaya 53:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngubani owakholwa ngesikuzwileyo;ingalo kaJehova yambulelwa bani na?

2. Ngokuba yakhula njengehlumela phambi kwakhe,nanjengempande emhlabathini owomileyo;yayingenasimo nabuhle ukuba siyibuke,yayingabukeki ukuba siyifune.

3. Yayideleliwe, yashiywa ngabantu,umuntu wobuhlungu owazi ukugula;yeyiswa injengosithezelwa ubuso ngabantu,asiyishayanga nto yalutho.

U-Isaya 53