Ngokuba isivini sikaJehova Sebawoti siyindlu ka-Israyeli,namadoda akwaJuda ayisithombo sakhe esithandekayo;wabheka ukwahlulela, kepha bheka, ngukucindezela,yebo, ukulunga, kepha bheka, ngukukhala.