U-Isaya 5:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Mangihlabelele ngothandiweyo wami,isihlabelelo sothandiweyo wami ngesivini sakhe.Othandiweyo wamiwayenesivini egqumeni elivundile kakhulu;

2. wasimba, wakhipha amatshe aso,wasitshala ngomvini omuhle,wakha isiqongo sokulinda phakathi kwaso,waqopha isikhamo kuso,wethemba ukuthi siyakuthela izithelo zomvini,kepha saveza izithelo zasendle.

3. “Manje nina enakhileyo eJerusalema namadoda akwaJuda,ake nahlulele phakathi kwami nesivini sami.

4. Nga kwenziwani futhi esivinini sami engingakwenzanga kuso na?Kungani ukuba lapho ngithembe ukuthi siyakuthela izithelo zomvini,saveza izithelo zasendle, na?

U-Isaya 5