U-Isaya 1:29-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. “Yebo, bayakuba namahloni ngama-oki* enawanxanelayo,niyangaze ngamasimu enawakhethayo.

30. Ngokuba niyakuba njenge-oki*elimaqabunga alo abunile,nanjengensimu engenamanzi.

31. Abanamandla bayakuba njengefilakisi,*nemisebenzi yabo njengenhlansi;bayakusha bobabili kanyekanye,akuyikubakho ocimayo.”

U-Isaya 1