U-Eksodusi 35:28-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

28. namakha, namafutha okukhanyisa nawokugcoba nawempepho ethaphukayo.

29. Abantwana bakwa-Israyeli bawuletha umnikelo wesihle kuJehova, bonke abesilisa nabesifazane, abanhliziyo yabo ibavusele ukulethela yonke imisebenzi ayale ngayo uJehova ukuba yenziwe ngesandla sikaMose.

30. UMose wathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Bhekani, uJehova ubize ngegama uBesaleli indodana ka-Uri kaHure, owesizwe sakwaJuda;

U-Eksodusi 35