U-Eksodusi 22:17-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Uma uyise ala impela ukumnika yona, uyakukhokha imali elingene nokulotsholwa kwezintombi.

18. “Ungavumi ukuba umlumbikazi aphile.

19. “Olala nesilwane wobulawa nokubulawa.

20. “Ohlabela abanye onkulunkulu ngaphandle kukaJehova yedwa uyakubhujiswa nokubhujiswa.

U-Eksodusi 22