Ngokukamathewu 9:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. UJesu esefikile endlini yomphathi, ebona khona ababethi bemitshingo nesixuku esixokozelayo,

24. wathi kubo: “Dedani, ngokuba intombazana ayifile, kodwa ilele.” Bamhleka usulu.

25. Isixuku sesikhishiwe, wangena, wayibamba ngesandla; yavuka intombazana.

Ngokukamathewu 9