Ngokukamathewu 4:19-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.”

20. Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

21. Esedlulela phambili wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wababiza.

22. Base beshiya masinyane umkhumbi noyise, bamlandela.

Ngokukamathewu 4