Ngokukamathewu 24:33-36 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. Kanjalo nani, nxa nibona konke lokhu, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango.

34. Ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikudlula kungakenzeki konke lokhu.

35. Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.

36. “Kepha lolo suku nalelo hora akakho owazi lutho ngalo nazingelosi zasezulwini, naNdodana, nguBaba kuphela.

Ngokukamathewu 24